Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 21:5 - IsiZulu 2020

5 “ ‘Abayukuphuca amakhanda abo emaceleni, noma baphuce izilevu emaceleni, abayukugcaba imizimba yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “ ‘Abayikuzigega amakhanda abo, bangasiphuculi isilevu emaceleni, bangazigcabi emzimbeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Akumelwe benze impandla emakhanda abo, futhi akumelwe baphuce emaceleni entshebe yabo futhi bangazisindi enyameni yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 21:5
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bayokhuphukela ethempelini; iDibhoni lenyukele ezindaweni eziphakemeyo ukuyokhala. AbakwaMowabi bayalila ngeNebho nangeMedebha; wonke amakhanda ayizimpandla, nezilevu zonke ziphuciwe.


Ngalolo lusuku iNkosi uSimakade Wamabandla wanibiza ukuba nikhale, nilile, niphuce amakhanda, nigqoke indwangu eyisaka,


“Izikhulu nabantukazana bayofela kuleli lizwe, abayukungcwatshwa, abayukulilelwa. Abantu abayukuzisika, abayukuwaphuca amakhanda ngenxa yabo,


Wonke amakhanda ayizimpandla, zonke izilevu zigundiwe, nazo zonke izandla zinqunyiwe; kukhona indwangu eyisaka okhalo.


“ ‘Abayukuphuca emakhanda abo, bangabi nazihluthu, kepha bagunde emakhanda abo.


“Wena ndodana yomuntu, zithathele inkemba ebukhali, uyisebenzise njengensingo yomgundi, ugunde izinwele zakho netshebe yakho, bese uzithathela isikali sokukala, wehlukanise izinwele.


UMose wayesethi ku-Aroni naku-Eleyazare naku-Ithamari, amadodana akhe: “Ningaziqaqi izinwele emakhanda enu, ningaziklebhuli izembatho zenu ukuze ningafi, bese intukuthelo yehlela yonke inhlangano, kepha abafowenu, indlu yonke yakwa-Israyeli, ingalila ngenxa yokusha akulethileyo uSimakade.


Umyeni akayukuzingcolisa phakathi kwezihlobo zakhe; azihlambalaze.


“Ngiyakuguqula amadili enu abe ngukukhala, namaculo enu wonke abe yisililo, ngiyakubhincisa zonke izinkalo zenu ngendwangu eyisaka, ngenze amakhanda abe zimpandla, kube njengokulilela indodana eyodwa, ukuphela kwalokho kuyakufana nosuku olunomunyu.”


Gunda ube yiphandla, ngenxa yabantwana obathandayo, uyandise impandla yakho njengenqe, ngokuba baya ekuthunjweni.


“Ningabantu bakaSimakade uNkulunkulu wenu; aniyukuzisika, aniyukuwaphuca amashiya enu ngenxa yofileyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka