Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 19:8 - IsiZulu 2020

8 Noma ngubani oyoyidla, uyothwala ububi bakhe, ngokuba ungcolise okungcwele kukaSimakade, lowo muntu uyonqunywa kubantu bakubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 yilowo nalowo owudlayo uyakuthwala ububi bakhe, ngokuba udumazile okungcwele kukaNkulunkulu; lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngakho-ke yilowo nalowo oyidlayo uyakuthwala ububi bakhe, ngokuba ungcolisile indlu engcwele yeNkosi; lowo muntu uyakunqunywa phakathi kwabantu bakubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 19:8
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Noma yimuphi oyogcoba ngawo umuntu ongafanele, uyonqunywa phakathi kwabantu.’ ”


Uma udliwa ngosuku lwesithathu, inyama yawo eseyonakele ayiyukwemukeleka.


“ ‘Uma nivuna isivuno sezwe lakini, awuyukuvuna konke emagunjini ensimu yakho, noma ucoshe ngisho okuwe phansi ensimini yakho.


Abayukuhlambalaza izinto ezingcwele abanikela ngazo kuSimakade abantu bakwa-Israyeli,


“ ‘Uma umuntu ebiziwe ukuba ethule ubufakazi obufungelwe ngalokho akuzwile, athi noma ekwazi ukubethula ubufakazi njengomuntu obonile noma olwaziyo udaba, kodwa athule angakhulumi, lowo uyothwala icala.


Kepha oyokudla inyama yomhlatshelo wokuthula kaSimakade esangcolile uyonqunywa.


Uma umuntu ethinta into engcolileyo, ukungcola komuntu, noma isilwane esingcolileyo, noma into engcolileyo, enengekayo, bese edla inyama yomhlatshelo weminikelo yokuthula kaSimakade, lowo muntu uyakunqunywa kwabakubo.’ ”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka