Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 13:22 - IsiZulu 2020

22 Uma libhebhetheka esikhumbeni, umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile; yisifo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 uma landa nokwanda esikhumbeni, umpristi makasho athi ungcolile; kuyisifo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Uma landile esikhumbeni, umpristi kumelwe athi ungcolile; kuyisifo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 13:22
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Uma umuntu emilwa iguludla esikhumbeni noma siba notwayi, noma yibala elikhanyayo bese liphenduka libe wuchoko, lowo muntu uyakulethwa ku-Aroni, umphristi, noma kwenye yamadodana akhe, angabaphristi.


Uma umphristi elihlola kodwa bungekho uboya obumhlophe kulo, futhi lingashonile kunesikhumba, kepha selifiphele, umphristi uyakumvalela izinsuku eziyisikhombisa.


Kodwa uma ibala elikhanyayo limi endaweni eyodwa lingaqhubeki, sekuyisibazi sethumba; umphristi uyakumemezela ukuthi uhlambulukile.


Umphristi uyobuya ngosuku lwesikhombisa, ukuhlola ukuthi ibala landile yini odongeni lwendlu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka