Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 13:19 - IsiZulu 2020

19 kuthi lapho bekunethumba khona kuvele iguludla elimhlophe, noma ibala elikhanyayo okubomvana kube mhlophe, liyakukhonjiswa umphristi,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 kube yidunguza elimhlophe endaweni yethumba noma ibala elikhanyayo, limhlophe libomvana, khona kuyakuboniswa umpristi,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 endaweni yesilonda kukhona ukufukuka okumhlophe noma ibala elikhanyayo, elimhlophe nokubomvu, kuyakuboniswa kumpristi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 13:19
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Uma bekunethumba esikhumbeni sayo eselipholile,


umphristi uyakulihlola, uma libonakala lishonile kunesikhumba, futhi noboya sebuphenduke baba mhlophe, umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile: yisifo esithathelanwayo, sivele ethumbeni.


“Uma umzimba unesibazi sokusha, inyama lapho kushe khona ibe yibala elibomvu ngokumhlophe noma elimhlophe,


Kepha uma ekhanda eliyimpandla noma empandleni esesiphongweni kukhona isifo esibomvana ngokumhlophe, wuchoko lolo olumile empandleni esekhanda lakhe noma empandleni esebunzini lakhe,


umphristi uyakumhlola; uma iguludla elikhulayo limhlophe libomvana empandleni esekhanda lakhe noma empandleni esebunzini lakhe, lifana nesifo sochoko esikhumbeni sakhe,


Uyohlola ukuthi isifo sikhona yini, uma isifo sisezindongeni zendlu, kukhona amabala aluhlazana noma abomvana, nokubonakala kwawo kujulile kunodonga,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka