Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 8:27 - IsiZulu 2020

27 U-Israyeli waphanga imfuyo nempahla kuphela, njengokuba uSimakade ayemyalile uJoshuwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Izinkomo kuphela nempango yalowo muzi u-Israyeli waziphangela khona, njengezwi likaJehova amyala ngalo uJoshuwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Izinkomo kuphela nempango yalowo muzi u-Israyeli wazithathela yona, njengezwi likaJehova ayala ngalo uJoshuwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 8:27
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngokuba zingezami zonke izilwane zehlathi, nezinkomo eziyizinkulungwane ezisezintabeni.


igolide, isiliva, ithusi, insimbi, ithini, nomthofu,


“Wena no-Eleyazare, umphristi, nabaholi bezindlu zawoyise benhlangano, yibaleni yonke impango ephangiweyo, abantu nezilwane.


Angivunyelwe yini ukwenza engikuthandayo ngokungokwami na? Ngabe iso lakho libi, ngenxa yokuba ngiyephana na?’


Sazithathela yonke imfuyo nempango eyayisemizini.


Aphuma wonke namabutho awo, impikazi eyayingangesihlabathi solwandle, inamahhashi amaningi kakhulu, nezinqola zempi.


Uyakwenza e-Ayi nasenkosini yakhona lokho okwenzile eJerikho nasenkosini yakhona; impango yalo kuphela nemfuyo yalo eniyakuzithathela khona. Gwacani ngemuva komuzi.”


Ngakho-ke uJoshuwa walishisa i-Ayi, walishiya liyindunduma yencithakalo kuze kube namuhla.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka