Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 21:39 - IsiZulu 2020

39 iHeshibhoni namadlelo alo, neJazeri namadlelo alo, imizi emine isiyonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 neHeshiboni namadlelo alo, neJazeri namadlelo alo, yonke iyimizi emine.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

39 iHeshiboni nedlelo layo, neJazeri nedlelo layo; amadolobha amane esewonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 21:39
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

KumaHebhroni, nguJeriya owayeyinhloko yezizukulwane ngokwezindlu zoyise. Ngonyaka wama-40 wokubusa kukaDavide kwafunwa, kwatholakala phakathi kwabo amaqhawe anamandla eJazeri kwaGileyadi.


iHeshibhoni namadlelo alo, neJazeri namadlelo alo.


Ngiyakukhalela wena mvini waseSibhina, ngikukhalela kakhulu kuneJazeri, ngokuba amagatsha akho alwedlulile ulwandle, aze afinyelela olwandle eJazeri. Umbhubhisi uzakuthelekela izithelo zenu namagilebhisi enu.


Abozalo lukaRubeni nabolukaGadi babenemfuyo eningi kakhulu. Lapho bebona ukuthi izwe lakwaJazeri nelakwaGileyadi liyindawo enhle emfuyweni yabo,


“I-Atharothi, iDibhoni, iJazeri, iNimra, iHeshibhoni, i-Elehale, iSebhamu, iNebho neBhehoni,


i-Athirothi Shofanu, iJazeri, iJogibheha,


Abozalo kukaRubeni bakha kabusha iHeshibhoni, i-Elehale, iKiriyathayimi,


neHeshibhoni, nayo yonke imizi yalo esethafeni; iDibhoni, iBhamothi Bhali, iBhethi Bhali Mehoni,


okungukuthi yonke imizi esethafeni, nawo wonke umbuso kaShihoni inkosi yama-Amori, owayebusa eHeshibhoni, owanqotshwa nguMose nababusi bakwaMidiyani: u-Evi, uRekhemi, uZuri, uHure noRebha izikhulu zikaShihoni ezazakhe kulelo lizwe.


indawo yabo kwawuyiJazeri, nayo yonke imizi yakwaGileyadi, nengxenye yezwe lakwa-Amoni kuya e-Aroweri, elingaphambi kweRaba,


Esizwaneni sakwaGadi bathola: iRamothi kwaGileyadi namadlelo alo, umuzi wokuphephela umbulali, iMahanayimi namadlelo alo,


Maqondana nemizi yozalo lwamaMerari ayesasele, imindeni yabaLevi, yona yabelwa imizi eli-12 isiyonke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka