Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 18:25 - IsiZulu 2020

25 IGibheyoni, iRama, iBherothi,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 iGibeyoni, neRama, neBeyeroti,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

25 iGibeyoni, neRama, neBeyeroti,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 18:25
25 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abhineri, indodana kaNeri, nezinceku zika-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, basuka eMahanayimi, baya eGibheyoni.


Indodana kaSawule yayinezinduna ezimbili zabahlaseli: enye kwakunguBhahana enye kunguRekhabhi. Babengamadodana kaRimoni waseBherothi, wozalo lukaBhenjamini ngokuba iBherothi indawo eyanikwa uBhenjamini.


UBhahasha, inkosi yakwa-Israyeli, wenyuka wayohlasela uJuda, wakha iRama, ukuze angavumeli muntu oya novela ku-Asa, inkosi yakwaJuda.


uSimakade wabonakala kuye ngokwesibili, njengokuba wayekade ebonakale kuye eGibheyoni.


EGibheyoni kwakuhlala uyise kaGibheyoni, igama lomkakhe kunguMahakha.


abaseRama naseGebha bengama-621,


badlula entubeni, ebusuku bahlala eGebha; iRama liyathuthumela, iGibheya likaSawule lithi galo yephuka.


USimakade uyophakama njengentaba iPharazimi, athukuthele njengesigodi iGibheyoni, ukuze enze umsebenzi wakhe, umsebenzi wakhe awejwayelekile, afeze umsebenzi wakhe, izenzo zakhe ezimangalisayo!


Usho kanje uSimakade, uthi: “Izwi liyezwakala eRama, ukulila nokukhala okumunyu, uRaheli ekhalela abantwana bakhe; uyala ukududuzwa ngabantwana bakhe, ngokuba abasekho.”


Sekuhlwile, kwafika umuntu ocebileyo wase-Arimatheya, igama lakhe nguJosefa, naye wayengumfundi kaJesu;


wesaba kakhulu, ngokuba iGibheyoni yayingumuzi omkhulu njengomunye wemizi yamakhosi nokuthi futhi inkulu kune-Ayi, namadoda wonke akhona angamaqhawe.


iZanowa, i-Eni Ganimi, iThaphuwa, i-Enamu,


iKhefari Amoni, i-Ofini, neGebha. Kuyimizi eli-12 nemizana yaso.


bese umngcele ujika uya eRama, uze uyofinyelela emzini obiyelweyo eThire; umngcele bese ujika uye eHosa, uze uyophela olwandle e-Akhizibhi;


Esizwaneni sakwaBhenjamini bathola: iGibheyoni namadlelo alo, iGebha namadlelo alo,


Wasisondeza isizwana sakwaJuda, kwasondezwa umungu ngamunye emndenini wabakwaZera, kwase kuqokwa uZabhidi.


Abantu bakwa-Israyeli basuka bagasela kuzo, bafika emizini yazo ngosuku lwesithathu. Imizi yazo kwakuyiGibheyoni, iKhefira, iBhiyerothi neKiriyathi Jeharimi.


Kepha izakhamuzi zaseGibheyoni lapho zizwa ngalokho uJoshuwa ayekwenze kulo iJerikho ne-Ayi,


Kepha inkosi yayo yathi kuyo: “Asiyukuphambuka singenise emzini wabezizwe, okungesiwo owabakwa-Israyeli, kunalokho siyakuqhubeka siye eGibheya.”


Yayisithi encekwini yayo: “Woza, masizame ukufinyelela kwenye yalezi zindawo, ukuze silale eGibheya noma eRama.”


Kwakukhona umuntu othile eRamathayimi Zofimu kwelezintaba kwa-Efrayimi, igama lakhe kungu-Elikhana, indodana kaJerohamu ka-Elihu kaTholu kaZufi, wakwa-Efrayimi.


Bavuka ekuseni kakhulu bakhuleka phambi kukaSimakade, base bebuyela emuva endlini yabo eRama. U-Elikhana walala nomkakhe, uSimakade wamkhumbula uHana.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka