Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJobe 33:14 - IsiZulu 2020

14 Empeleni, uNkulunkulu ukhuluma ngendlela eyodwa, noma ezimbili, nokho umuntu akakunaki lokho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngokuba uNkulunkulu ukhuluma kanye, yebo, nakabili, umuntu engakunaki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngokuba uNkulunkulu ukhuluma kanye, yebo, nakabili, kepha umuntu akakuboni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 33:14
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wakhuluma ku-Israyeli ngemibono eminingi ebusuku, wathi: “Jakobe, Jakobe!” Yena wathi: “Ngilapha.”


USimakade wakhuluma kuManase nakubantu bakhe, kodwa kabalalelanga.


“Konke lokhu uNkulunkulu uyakwenza kumuntu kabili, yebo, nakathathu,


Phakathi kwemicabango yemibono yasebusuku, lapho abantu sebehlelwe ngubuthongo obunzima,


Ngikhulumile kanye, angisayukuphendula, yebo, kabili, kepha angisaqhubeki.”


UNkulunkulu ukhulume kanye, ngakuzwa kabili lokho: amandla angakaNkulunkulu,


nobubele bungobakho, Nkosi. Umuntu umvuza ngangokwenza kwakhe.


Ngenxa yokuba ngimemezile, nenqaba, ngininike isandla sami, kodwa anizange ninake.


ngenxa yokuba bazonde ulwazi, bakhetha ukungamesabi uSimakade.


Yathi: “Hamba uthi kulaba bantu: “ ‘Yizwani, yizwani, kodwa ningaqondi; bonani, bonani, kodwa ningazi.’


Kwathi ngonyaka wokuqala wokubusa kukaBhelishazari, inkosi yaseBhabhele, uDaniyeli waphupha iphupho, wabona nemibono emqondweni wakhe elele embhedeni wakhe, waliloba iphupho, walanda ngengqikithi yalo.


Kugcwaliseka kubo isiphrofetho sika-Isaya esithi: “ ‘Niyakuzwa nokuzwa, kepha ningaqondi; niyakubona nokubona, kepha ningabonisisi;


UJesu wayesethi kubo: “Maye, nina eningaqondiyo nenilibele enhliziyweni ukukholwa yikho konke okwashiwo abaphrofethi!


Yilesi isehlulelo ukuthi ukukhanya kufikile emhlabeni, kodwa abantu bathanda ubumnyama kunokukhanya, ngoba imisebenzi yabo imibi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka