Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 41:7 - IsiZulu 2020

7 Kwathi ukuba angene phakathi emzini, u-Ishmayeli, indodana kaNethaniya, namadoda ayenaye bawabulala lawo madoda, bawaphonsa emgodini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwathi sebengenile phakathi komuzi, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya wababulala, wabalahla emgodini, yena namadoda ayenaye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho bengena phakathi nomuzi, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya wababulala, wabaphonsa emgodini womgodi, yena namadoda ayenaye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 41:7
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UPheka, indodana kaRemaliya, umkhuzi wempi yakhe, wamakhela uzungu ekanye nabangama-50 bakwaGileyadi. Bambulala eSamariya esenqabeni yesigodlo no-Arigobhi no-Ariye, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Wena Nkulunkulu uzobaphonsa emgodini ojulileyo abantu abomele igazi nabakhohlisayo; izinsuku zabo zokuphila aziyukuba ngisho nayingxenye yazo, kodwa mina ngizokwethemba Wena.


ngoba izinyawo zabo zigijimela ebubini, bayashesha ukuchitha igazi.


Kodwa wena ulahlwe ngaphandle kwethuna lakho njengegatsha elinengekayo, ligqokwe ngababuleweyo, abagwazwe ngenkemba, behlela emgodini wamatshe njengesidumbu esinyathelweyo.


Izinyawo zabo zigijimela ebubini; bayashesha ukuchitha igazi elingenacala; imicabango yabo iyimicabango yenkohlakalo; incithakalo nokubhujiswa kugcwele ezindleleni zabo.


Izikhulu zawo ezikuwo, zinjengezimpisi ezidwengula impango ukuba zichithe igazi, zibaqede nya abantu, ukuze zithole inzuzo embi.


izinyawo zabo ziyashesha ukuyochitha igazi,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka