Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 2:33 - IsiZulu 2020

33 Uyilungisa kanjani indlela yakho uma ufuna uthando na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Ulungisa kahle kanjani indlela yakho ukufuna uthando! Ngalokho nabesifazane ababi ubafundisile izindlela zakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Kungani uzinqumela ekufuneni uthando? ngalokho wafundisa ababi izindlela zakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 2:33
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UManase wamdukisa uJuda nezakhamuzi zaseJerusalema, benza okubi kunabezizwe uSimakade ababhubhisa phambi kwabantu bakwa-Israyeli.


“Ungakusho kanjani ukuthi: ‘Angingcolile, angibalandelanga oBhali,’ na? Bheka ukuziphatha kwakho esigodini, ubone ukuthi wenzeni: uyikamela lensikazi elinejubane, elizulazula ezindleleni zalo,


Intombi ingakhohlwa yini yimvunulo yayo, nomakoti ixhama lakhe na? Nokho abantu bami bangikhohliwe izinsuku ezingenakubalwa.


Emiphethweni yezingubo zakho kufunyenwe igazi labampofu abangenacala, nanxa ungazange ubabhadame begqekeza. Phezu kwakho konke lokho,


Usheshelani kangaka ukuguqula indlela yakho na? NeGibhithe lizokujabhisa njengalokhu wajabhiswa yi-Asiriya.


Ngelulela isandla sami kuwe, ngamelana nawe, ngasinciphisa isabelo sakho sokudla, ngakunikela entandweni yabakuzondayo. Amadodakazi amaFilisti ayenamahloni ngendlela owawulihathanga ngayo.


Awuhambanga njengezindlela zabo, awenzanga njengezinengiso zabo, kodwa ngesikhashana nje esincane, wena wonakala ukwedlula bona, ezindleleni zakho zonke.


Ngiyakumjezisela izinsuku zoBhali lezo ayebashisela ngazo impepho, ezihlobisa ngezindandatho zakhe nangobucwebecwebe bakhe, elandela izithandwa zakhe, wangikhohlwa Mina,” kusho uSimakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka