UJeremiya 18:16 - IsiZulu 202016 benze izwe labo laba yincithakalo nento enximfelwa njalo; bonke abadlula khona bayakumangala, banikine ikhanda. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 benze izwe labo libe yisimangaliso nento encimfelwayo njalo; bonke abadlula khona bayakumangala, banikine ikhanda. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202416 ukwenza izwe labo libe yihlane nomnyenyezo waphakade; wonke umuntu odlulayo uyoma ngokumangala anikine ikhanda. Uka jalj uñjjattʼäta |
bheka, ngiyakuthumela, ngilande yonke imindeni esenyakatho,” kusho uSimakade, “noNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, inceku yami. Ngiyakubaletha kuleli lizwe nakwabakhileyo kulo, nakuzo zonke lezi zizwe ezibazungezileyo, ngibabhubhise baphele nya, ngibenze ezibukwayo, into enximfelwayo nencithakalo yaphakade.