UJeremiya 17:12 - IsiZulu 202012 Indawo yendlu yethu engcwele, iyisihlalo sobukhosi esikhazimulayo nesiphakemeyo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Indawo yendlu yethu engcwele iyisihlalo sobukhosi esinenkazimulo esiphakemeyo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202412 Isihlalo sobukhosi esiphakemeyo kwasekuqaleni siyindawo yendlu yethu engcwele. Uka jalj uñjjattʼäta |
Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, le ndawo iyisihlalo sami sobukhosi, nendawo yamathe ezinyawo zami, lapho ngiyakuhlala khona phakathi kwabantu bakwa-Israyeli kuze kube phakade. Indlu yakwa-Israyeli ayisayukulingcolisa igama lami elingcwele, yona namakhosi ayo, ngokuphinga kwayo nangezidumbu zamakhosi ayo ezindaweni zayo eziphakemeyo.