Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UGenesise 9:20 - IsiZulu 2020

20 UNowa owayengumlimi, waba ngowokuqala ukutshala isivini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UNowa waqala waba ngumlimi, watshala isivini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

20 UNowa waqala ukuba ngumlimi, watshala isivini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 9:20
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USimakade uNkulunkulu wayesemxosha umuntu ensimini yase-Edeni, wamkhipha ukuba ayolima umhlabathi ayebunjwe ngawo.


Wabuye wazala enye indodana wayiqamba ngokuthi ngu-Abela. U-Abela wayengumelusi, uKhayini engumlimi.


Wayiqamba igama wathi nguNowa, ethi: “Lo nguyena ozosiphumuza emsebenzini wethu nasemshikashikeni wezandla zethu emhlabathini awuqalekisa uSimakade.”


Kulawa madodana kaNowa amathathu kwavela kuwo abantu abasabalala nomhlaba wonke.


Kuthe esephuze iwayini, lamdaka walala enqunu ethendeni lakhe.


Umlomo wolungileyo ungumthombo wokuphila, kepha umlomo wezikhohlakali ufihla ubudlova.


Olima insimu yakhe uyodla asuthe, kodwa olandela amayiyane akanangqondo.


Ngedlula ngasensimini yomuntu oyivila, nasesivinini somuntu ongenangqondo;


Impumelelo yezwe isenkosini enakekela ukulinywa kwamasimu.


Ningabuki ukuthi ngimnyama, ngifuswe yilanga. Amadodana esizalwa mfazi munye nawo, angithukuthelele, angenza umlindizivini, ngangabe ngisasilinda esami.


Ngubani oke aye empini ngezakhe izindleko na? Ngubani otshala isivini, angadli isithelo saso na? Ngubani owalusa umhlambi, angaludli ubisi lomhlambi na?


Iyiphi indoda etshale isivini engakazidli izithelo zaso, na? Mayihambe, ibuyele endlini yayo, funa ifele empini, bese enye indoda isidla.


“Uyakuthembisana umendo nowesifazane, omunye amdlwengule alale naye; uyakukwakha indlu, ungahlali kuyo; uyakutshala isivini, ungazikhi izithelo zaso.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka