Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UGenesise 50:9 - IsiZulu 2020

9 Kwakhuphuka ngisho namabutho agibele izinqola zempi, nagibele amahhashi, kwaba yisixuku esikhulu kakhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kwakhuphuka nabo nezinqola, nabamahhashi; kwaba yibandla elikhulu impela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Izinqola nabamahhashi bakhuphuka naye, kwaba isixuku esikhulu kakhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 50:9
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wamgibelisa enqoleni yempi egitshelwa yilowo ongowesibili emva kwakhe, bamemeza phambi kwakhe, bathi: “Guqani!” UFaro wambeka ngaleyo ndlela-ke uJosefa, ukuba abe ngumbusi walo lonke iGibhithe.


uJosefa wabophela inqola yakhe yempi, wakhuphuka, wamhlangabeza uyise u-Israyeli. UJosefa waziveza kuye, wamgona, wakhala isikhathi eside encike ehlombe lakhe.


Kwathi lapho befika eGoreni Hathadi elingaphesheya komfula iJordani, kwasuka esinamathambo, bakhihla isililo, kwaba muncu. UJosefa wamlilela uyise izinsuku eziyisikhombisa.


Kwaphuma nabendlu kaJosefa, abafowabo, nabendlu kayise, kwasala kuphela abantwana babo, nezimvu, nezinkomo zabo eGosheni.


Pho ungayibuyisela kanjani emuva induna eyodwa ezincekwini ezincane zenkosi yami, ube wethembele eGibhithe ukuthola khona izinqola zempi nabamahhashi na?


Mina ngiyakuyenza lukhuni inhliziyo yabaseGibhithe ukuze banilandele, ngiyofumana udumo ngoFaro nangayo yonke impi yakhe, izinqola zakhe zempi, nabagibele amahhashi.


Amanzi abuyela amboza izinqola zempi, nabagibele amahhashi, nayo yonke impi kaFaro eyayibalandela; baminza olwandle, akwaze kwasala namunye.


wathatha izinqola ezikhethiweyo ezingama-600, nazo zonke ezinye izinqola zempi zaseGibhithe, nezinduna zempi.


Ngikufanisa nehhashi lami lensikazi phakathi kwezinqola zempi kaFaro, sithandwa sami.


Amadoda akholwayo amngcwaba uStefani, amkhalela isililo esikhulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka