Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UGenesise 44:34 - IsiZulu 2020

34 Ngingabuyela kanjani kubaba engekho umfana na? Funa ngibone okubi okungahle kwehlele ubaba.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ngokuba ngingakhuphukela kanjani kubaba, umfana engenami, funa ngibone okubi okuzakumehlela ubaba, na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ngoba ngingakhuphukela kanjani kubaba, umfana engekho nami? ukuze ngingabuboni ububi obehlela ubaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 44:34
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Ngiyacela ukuba uyivumele inceku yakho kusale yona esikhundleni somfana, ibe yisigqila sakho, kuthi umfana aphindele ekhaya nabafowabo.


UJosefa wayengasakwazi ukuzibamba phambi kwabo bonke ababemi naye, wakhala, wathi: “Khiphani bonke abanye abalapha phambi kwami.” Kwakungasekho muntu ngesikhathi uJosefa eziveza kubafowabo.


Bheka, ngiyakukubuthela kokhokho bakho, uyakubuthelwa ethuneni lakho ngokuthula, amehlo akho awayukububona bonke ububi engiyakubehlisela phezu kwale ndawo naphezu kwabakhe kuyo.’ ” Baphindisela leli lizwi enkosini.


Ngingakumela kanjani ukubona ububi behlela abantu bakithi na? Ngingakumela kanjani ukuchithwa kwezihlobo zami na?”


“Uma ngithokozile ngengozi eyehlele ongizondayo, ngatshakadula ngenxa yokuba ehlelwe ngokubi,


Izintambo zokufa zingithandele, nobuhlungu bendawo yabafileyo bungibambile, ngibhekene nosizi nezinhlupheko.


Ukuhlupheka nosizi kungehlele; imiyalo yakho iyintokozo yami.


UMose wamlandisa umukhwe wakhe konke uSimakade ayekwenze kuFaro nakwabaseGibhithe ngenxa ka-Israyeli, nobunzima bonke ababehlangabezane nabo endleleni, nokuthi uSimakade wabakhulula kanjani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka