Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UGenesise 41:48 - IsiZulu 2020

48 UJosefa wakuqoqa konke ukudla okwatholakala ngaleyo minyaka eyisikhombisa yenala, wakulondoloza emizini: kwakungukudla okwakuvunwe emasimini azungeze yilowo nalowo muzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 Waqoqa konke ukudla kwale minyaka eyisikhombisa eyayisezweni laseGibithe, wabekelela ukudla emizini; ukudla kwamasimu azungeza yilowo nalowo muzi wakubekelela kuwo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

48 Wabutha konke ukudla kweminyaka eyisikhombisa eyayisezweni laseGibithe, wakubeka ukudla emizini; ukudla kwensimu ezungeza yonke imizi wakubeka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 41:48
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngaleyo minyaka eyisikhombisa yenala izwe lathela ukudla okuningi kakhulu.


UJosefa waqoqa ukudla okusanhlamvu okwaba kuningi njengesihlabathi ogwini lolwandle, wayeka ukukubala, ngokuba kwakungasenakubalwa.


UJosefa wabasusa abantu kulo lonke iGibhithe, wabayisa emizini.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka