UEksodusi 9:19 - IsiZulu 202019 Ngakho-ke thumela ukuba kubuyiswe imfuyo yakho nakho konke onakho okusendle kufakwe endaweni ephephileyo. Bonke abantu nezilwane okuzobe kusendle, isichotho sizokwehlela kukho kufe.” ’ ” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Ngalokho thuma, ubuyise imfuyo yakho nakho konke onakho endle; bonke abantu nazo zonke izinkomo okuyakufunyanwa endle kungagoduswanga kuyakuwelelwa yisichotho, kufe.’ ” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202419 Manje thumela futhi uqoqe izinkomo zakho nakho konke onakho endle; ngoba phezu kwawo wonke umuntu nezilwane ezitholakala endle futhi zingalethwa ekhaya, isichotho siyowela phezu kwazo, zife. Uka jalj uñjjattʼäta |