Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 9:18 - IsiZulu 2020

18 Uyabona-ke, kusasa ngalesi sikhathi ngizothumela isichotho esinamandla amakhulu, esingakaze sibonwe eGibhithe selokhu laba khona kuze kube namuhla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Bheka, kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuwisa isichotho esinzima kakhulu, esingazange sibe khona esingaka eGibithe, selokhu lakhiwa kuze kube manje.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bheka, kusasa ngalesi sikhathi ngiyakunisa isichotho esinzima kakhulu, esingakaze sibe khona eGibithe kusukela ekusekelweni kwalo kuze kube manje.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 9:18
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJezebheli wayesethumela isithunywa ku-Eliya, ethi: “Sengathi onkulunkulu bami bangenza kanjalo kimi, futhi benezele, uma nje ngalesi sikhathi kusasa ngingakwenzi wena ube njengomunye wabo.”


kuyakuthi kusasa, ngalesi sikhathi, ngithumele izinceku zami, zipeketule esigodlweni sakho nasezindlini zezinceku zakho; kuyothi konke okuhle kuwe, zikuthathe, zikwephuce khona.’ ”


Wayesethi u-Elisha: “Zwanini izwi likaSimakade; usho kanje uSimakade, uthi: ‘Kusasa ngalesi sikhathi, iseya lempuphu ecolekileyo liyakuthengiswa ngeshekeli, namaseya amabili ebhali, ngeshekeli, esangweni eSamariya.’ ”


Kwathi lapho umuntu kaNkulunkulu ekhuluma enkosini, wathi: “Kuyakuba ngamaseya amabili ebhali, ngeshekeli, neseya lempuphu ecolekileyo ngeshekeli, ngalesi sikhathi kusasa esangweni eSamariya.”


noma ngabe lokho ukwenzela ukujezisa, noma umhlaba wakhe, noma ngothando, uyakuvumela ukuba kwenzeke.


“Wake wangena yini ezinqolobaneni zeqhwa, wabona izinqwaba zesichotho


engiziqongelele isikhathi sokuhlupheka nosuku lokulwa nolwempi na?


baxoshe kanjalo ngesivunguvungu sakho, ubethuse ngesiphepho sakho.


Isikhonyane salihlasela lonke iGibhithe, sagcwala kulo lonke iGibhithe, sasinzima kakhulu. Sasingakaze sibonwe isikhonyane esinjengalesi ngaphambilini, futhi asikho esiyofana naso nasemveni kwalokhu.


Sizogcwala ezindlini zakho, ezindlini zezinceku zakho, nasezindlini zabo bonke abaseGibhithe, into engakaze ibonwe ngokhokho benu, ngisho nokhokho bokhokho benu, kusukela ngosuku abafika ngalo emhlabeni kuze kube yilolu lusuku lwanamuhla.’ ” Wayesephenduka, waphuma phambi kukaFaro.


Kuzokuba nesililo esikhulu, esingakaze sibe khona, futhi esingayukuphinde sibe khona kulo lonke iGibhithe.


Usaziphakamisa, awufuni ukuvumela abantu bami ukuba bahambe na?


Abantu bahlaselwa yisichotho esikhulu esasisinda ngangethalenta, sivela ezulwini. Abantu bahlambalaza uNkulunkulu ngenxa yenhlupheko yesichotho, ngokuba yayinkulu kakhulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka