Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 39:16 - IsiZulu 2020

16 Benza izisekelo ezimbili zegolide, namasongo amabili egolide; omabili bawafaka ngenhla emachosheni esivikelo sesifuba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Benza izisekelo ezimbili zegolide namasongo amabili egolide; bawafaka amasongo omabili emaceleni omabili esihlangu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Benza amabhokisi amabili egolide namasongo amabili egolide; wafaka amasongo omabili emaceleni omabili esifuba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 39:16
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uwenzele amasongo amane egolide, uwafake emilenzeni yawo yomine; amasongo abe mabili ohlangothini ngalunye.


Njengomqophi eqopha isisicilelo, uyowaqopha lawa matshe amabili ngamagama amadodana ka-Israyeli, bese uwafaka azungezwe yizisekelo zegolide.


Uyokwenza izisekelo zegolide,


Benza esivikelweni sesifuba amaketanga egolide elicolisekileyo anjengamagoda aphothiweyo.


Base befaka izintambo ezimbili zegolide emasongweni omabili asemachosheni esivikelo sesifuba.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka