Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 36:5 - IsiZulu 2020

5 bathi kuMose: “Abantu baletha izinto eziningi kakhulu kunalezo ezidingekileyo ukwenza umsebenzi uSimakade ayale ukuba wenziwe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 bathi kuMose: “Abantu baletha okuningi kakhulu kunokwanele inkonzo yomsebenzi ayalile ngawo uJehova ukuba wenziwe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Bakhuluma kuMose, bathi: “Abantu baletha okuningi kunokwanele inkonzo yomsebenzi ayale ngawo uJehova ukuba wenziwe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 36:5
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Zathi ukuba ziyiqede, zabuyisela enkosini nakuJehoyada yonke imali eyayisele. Kwenziwa ngayo izitsha zendlu kaSimakade, izitsha zokukhonzela nezokunikelela, izinkezo, nezinye izitsha zegolide nezesiliva. Base benikela ngeminikelo yokushiswa endlini kaSimakade, ngazo zonke izinsuku esaphila uJehoyada.


Bonke abantu bawakhumula amacici ayesezindlebeni zabo, bawaletha ku-Aroni.


kwaze kwathi bonke abanamakhono ababenza imisebenzi eyehlukene endaweni engcwele beza kuMose, yilowo nalowo esuka emsebenzini ayewenza,


Ngakho-ke uMose wakhipha umyalo kwase kuyamenyezelwa enkanjini kuthiwa: “Akungabe kusaba bikho muntu wesilisa nowesifazane oletha umnikelo wendawo engcwele.” Abantu banqindwa ukuletha umnikelo,


Bonke bazifunela okwabo, abafuni okukaJesu Khristu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka