UEksodusi 32:18 - IsiZulu 202018 UMose wathi: “Akusiwo umsindo wokunqoba, noma wokwehlulwa, kodwa ngizwa umsindo wokuhlabelela.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Wathi: “Akusilo izwi labahalalisa ngokunqoba, akusilo izwi lokukhala ngokunqotshwa, kepha ngizwa umsindo wabahlabelelayo.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202418 Wathi: “Leli akulona izwi lalabo abamemeza ngokubusa, futhi leli akulona izwi lalabo abakhala ngoba bekhungathekile; kodwa ngizwa umsindo wabahlabelelayo. Uka jalj uñjjattʼäta |
kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.