Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 30:21 - IsiZulu 2020

21 Bayogeza izandla nezinyawo zabo ukuze bangafi. Lokhu kuyakuba ngumyalo ophakade kubo, kuye nasezizukulwaneni zakhe ngokwezizukulwane zazo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 mabahlambe izandla zabo nezinyawo zabo ukuba bangafi, kube yisimiso esiphakade kubo, kuyena nakuyo inzalo yakhe ezizukulwaneni zabo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Futhi kufanele bageze izandla zabo nezinyawo zabo, funa bafe; futhi kuyoba yisimiso esiphakade kubo kuye nenzalo yakhe ezizukulwaneni zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 30:21
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ethendeni lokuhlangana, ngaphandle kwesihenqo esiphambi kwesivumelwano, u-Aroni namadodana akhe bayakuzinakekela phambi kukaSimakade, kusukela kusihlwa kuze kube sekuseni. Lokho kuyakuba yisimiso saphakade esiyakuhlonishwa ngabantu bakwa-Israyeli, izizukulwane ngezizukulwane.


U-Aroni namadodana akhe bayowagqoka lapho bengena ethendeni lokuhlangana, nalapho besondela e-althare ukuyokhonza endaweni engcwele, uma bengenzi kanjalo bayakuzithwesa icala, bafe. Lokhu kuyakuba yisimiso saphakade kuye nasezizukulwaneni zakhe kuze kube phakade.


lapho bengena ethendeni lokuhlangana nalapho besondela e-althare ukuyokhonza, ukuyokwenza umnikelo wokushiswa kuSimakade, bayogeza ngamanzi ukuze bangafi.


USimakade wakhuluma kuMose, wathi:


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka