Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 29:2 - IsiZulu 2020

2 isinkwa esingenamvubelo, namaqebelengwane angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, ukwenze ngempuphu kakolo ecolisekileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 nesinkwa esingenamvubelo, namaqebelengwane angenamvubelo, agcotshwe ngamafutha; ukwenze ngempuphu ecolekileyo kakolweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 nesinkwa esingenamvubelo namaqebelengwane angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, namaqebelengwane angenamvubelo, agcotshwe ngamafutha; wowenza ngofulawa kakolweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 29:2
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bayakulidla iwundlu ngalobo busuku; bayakulidla losiwe emlilweni nesinkwa esingenamvubelo nemifino ebabayo.


Uyothatha eqomeni elethulwe phambi kukaSimakade, isinkwa, neqebelengwane lesinkwa esinamafutha, nekhekheba,


Uyokufaka eqomeni elilodwa ukulethe ngalo, ulethe neduna, nezinqama ezimbili.


uthele amafutha kuwo, ubeke inhlaka phezu kwawo; kungumnikelo wokusanhlamvu.


Umlilo uyohlala uvutha njalo e-althare, ungacinywa.


Yonke iminikelo yokusanhlamvu exutshwe namafutha neyomileyo iyoba ngeyawo wonke amadodana ka-Aroni, anikwe ngokulinganayo.’ ”


“ ‘Uma enikela ngawo ube ngumnikelo wokubonga, uyakuwunikela uhambisana nomnikelo wokubonga wamaqebelengwane angenamvubelo axutshwe namafutha, namakhekheba angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, namaqebelengwane empuphu ecolisekileyo exutshwe namafutha.


“Thatha u-Aroni namadodana akhe, izembatho, amafutha okugcoba, inkunzi yomnikelo wesono, izinqama ezimbili, neqoma lezinkwa ezingenamvubelo,


wathatha iqebelengwane laba linye eqomeni lezinkwa ezingenamvubelo elaliphambi kukaSimakade, neqebelengwane lesinkwa samafutha laba linye, nekhekheba lalinye, wakubeka phezu kwamanoni, naphezu komlenze wesokunene,


iqoma lesinkwa esingenamvubelo, amaqebelengwane empuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, namakhekheba angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, nomnikelo wokusanhlamvu nowokuphuzwayo.


“ ‘Umphristi uyothatha umkhono wenqama ophekiweyo, neqebelengwane eqomeni, nekhekheba elingenamvubelo, akubeke ezandleni zomnaziri, ngesikhathi esephucule ubunaziri bakhe.


Khiphani imvubelo endala ukuze nibe yinhlama entsha, njengokuba ningenamvubelo. Ngokuba nelethu iPhasika elinguKhristu lihlatshiwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka