Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 16:22 - IsiZulu 2020

22 Ngosuku lwesithupha babebutha ukudla okuphindwe kabili, ama-omeri amabili ngamunye. Bonke abaholi beza bambikela uMose,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kwathi ngosuku lwesithupha babutha isinkwa esiphindwe kabili, amayomere* amabili kumuntu munye; zonke izinduna zomhlangano zafika, zamtshela uMose.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngosuku lwesithupha babutha isinkwa esiphindwe kabili, amagomere amabili kumuntu munye; zonke izikhulu zenhlangano zeza zamtshela uMose.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 16:22
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Yileli lizwi uSimakade aniyale ngalo wathi: ‘Kubutheni kube yilowo ngokwesilinganiso sakhe, i-omeri kumuntu ngokwesibalo sabantu, nithathele bonke abasemathendeni enu.’ ”


Njalo ekuseni kwaba yilowo nalowo wabutha ngangokwesidingo sakhe, kodwa lapho seliphakeme ilanga, kwakuncibilika.


Ngosuku lwesithupha bazobutha okuphindiwe kunalokho abakubutha nsuku zonke.”


Kepha uMose wababiza, u-Aroni nabo bonke abaholi bakwa-Israyeli, beza kuye, wakhuluma nabo.


Uyijubhili, ngakho-ke uyakuba ngcwele kini, niyodla okuvela emasimini.


Niyolima ngonyaka wesishiyagalombili, nibe nisadla izithelo enizigcinile; kuze kufike unyaka wesishiyagalolunye, kungene izithelo zawo, niyakudla okugcinwe ezinqolobaneni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka