Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 29:15 - IsiZulu 2020

15 ngisho nalowo omi nathi lapha namuhla phambi kukaSimakade uNkulunkulu wethu, nalowo ongenathi namuhla

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 kepha nanomiyo nathi lapha namuhla phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu, nanongekho nathi namuhla

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 kodwa naye omi lapha nathi namuhla phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu, futhi naye ongekho lapha nathi namuhla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 29:15
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngiyakubanika nhliziyonye nandlelanye, ukuba bangesabe zonke izinsuku, kube kuhle kubo nakubantwana babo emva kwabo.


Bayakubuza indlela eya eZiyoni, bebhekise amabombo abo kulo, bethi: wozani nizihlanganise noSimakade ngesivumelwano saphakade esingenakulibaleka.


Ngokuba isithembiso singesenu nesabantwana benu, futhi singesabo bonke abakude, bonke iNkosi uNkulunkulu wethu eyakubabiza.”


Ngokuba indoda engakholwayo ingcwelisiwe ngenxa yomfazi okholwayo, nomfazi ongakholwa ungcwelisiwe ngenxa yendoda, kungenjalo izingane zenu zingcolile, kodwa kalokhu zingcwele.


ngokuba nina niyazi ukuthi sahlala eGibhithe nokuthi sadlula phakathi kwezizwe enadabula kuzo,


USimakade akasenzanga lesi sivumelwano nobaba, wasenza nathi, thina sonke esilapha, esisaphila namuhla.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka