UDuteronomi 25:15 - IsiZulu 202015 Uyokuba nesikali sesisindo esiyisona nesifaneleyo, futhi ube nesilinganiso seqiniso nesifaneleyo, ukuze izinsuku zakho zibe zinde ezweni uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Woba nesisindo esipheleleyo nesilungileyo, futhi ube nesilinganiso esipheleleyo nesilungileyo ukuba izinsuku zakho zibe zinde ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202415 Kodwa kumelwe ube nesisindo esiphelele nesilungile, kufanele ube nesilinganiso esiphelele nesilungile, ukuze izinsuku zakho zande ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona. Uka jalj uñjjattʼäta |