Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 5:17 - IsiZulu 2020

17 Base beqala ukumnxenxa ukuba aphume aphele ezweni lakubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Base beqala ukumncenga ukuba amuke ezweni lakubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Base beqala ukumncenga ukuba amuke emikhawulweni yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Base beqala ukumncenga ukuba amuke emikhawulweni yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 5:17
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abhimeleki wathi ku-Isaka: “Hamba, usuke phakathi kwethu, usunamandla amakhulu kunathi.”


Wayesethi ku-Eliya: “Kodwa ngikone ngani wena muntu kaNkulunkulu? Uze lapha ukuba uzongikhumbuza isono sami nokuba kufe indodana yami na?”


Umuzi wonke waphuma ukuyobona uJesu; kwathi lapho bembona, bamncenga ukuba aphume aphele emingceleni yakwelakubo.


wathi: “Ufunani kithi Wena Jesu waseNazaretha na? Uze ukuba uzosibhubhisa na? Ngiyakwazi ukuthi ungubani – ungoNgcwele kaNkulunkulu.”


wayesememeza ngezwi elikhulu, ethi: “Ufunani kimi Wena Jesu, Ndodana kaNkulunkulu oPhezukonke na? Ngikufungisa uNkulunkulu, ungangihluphi.”


Kuthe uSimoni Phethro ekubona lokho, waziphonsa phansi ngasemadolweni kaJesu, wathi: “Suka kimi, Nkosi, ngokuba ngingumuntu oyisoni.”


Bonke abantu, nomakhelwane baseGerasa, bamcela ukuba asuke kubo, ahambe, ngokuba babekhungethwe ngukwesaba okukhulu. Ngakho-ke uJesu wangena esikebheni, wabuyela lapho ayevela khona.


Sezifikile zabancenga, sezibakhiphile zabanxusa ukuba basuke kulowo muzi.


Pho siyakufelani na? Leli kloba liyakusiqeda. Uma sibuye salizwa izwi likaSimakade uNkulunkulu wethu, siyokufa,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka