Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 3:20 - IsiZulu 2020

20 Kwathi lapho uJesu efika ekhaya, kwaphinde kwabuthana futhi isixuku, kangangokuthi uJesu nabafundi bakhe abakwazanga ukudla isinkwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wayesefika ekhaya; isixuku sabuthana futhi, ababe besaba nathuba lokudla nasinkwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Isixuku sabuye sabuthana, baze bahluleka ngisho nokudla isinkwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Isixuku sabuye sabuthana, baze bahluleka ngisho nokudla isinkwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 3:20
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha owayenochoko esephumile, waqala ukuyisabalalisa le ndaba, kangangokuthi uJesu akabange esakwazi ukungena emzini bembona; wahlala ngaphandle ezindaweni eziyihlane. Nokho abantu beza kuye bevela nxazonke.


UJesu waphinde wangena eKhaphernawume emva kwezinsuku eziningi; kwezwakala ukuthi usekhaya.


noJuda Iskariyothe owamkhaphelayo.


UJesu nabafundi bakhe basuka baya ngasolwandle. Izixuku zamlandela, zivela eGalile naseJudiya,


UJesu wayesebatshela abafundi bakhe ukuba bamlungisele isikebhe ngenxa yesixuku, ukuze singamminyanisi.


Wayesethi kubo: “Wozani ngasese, nina nodwa, siye endaweni eyihlane, nihlabe ikhefu.” Ngokuba babebaningi abezayo nabahambayo, abaze balithola nethuba lokuba badle.


Kuthe esengene endlini, esuka esixukwini, abafundi bakhe bambuza ngalo mzekeliso.


Sebengenile endlini, abafundi bakhe bambuza ngasese, bathi: “Kungani thina sehlulekile ukuwukhipha na?”


Wayesehla nabo, wema endaweni eyithafa nesixuku esikhulu sabafundi bakhe, noquqaba lwabantu ababevela kulo lonke iJudiya, eJerusalema, nangasolwandle iThire neSidoni,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka