Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 13:17 - IsiZulu 2020

17 Kepha maye, kwabakhulelweyo nabancelisayo, ngalezo zinsuku!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kepha maye kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kodwa maye kwabakhulelweyo nakwabamunyisayo ngalezo zinsuku!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kodwa maye kwabakhulelweyo nakwabamunyisayo ngalezo zinsuku!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 13:17
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngesikhathi sokuvinjezelwa nokuchithwa kwabantu bami, izandla zabesifazane ababekade benozwelo, zapheka izingane zabo, zaba ngukudla.


ISamariya liyakuba necala, ngokuba limhlubukile uNkulunkulu walo; bayakufa ngenkemba, izingane zabo ziphahlazwe, abakhulelweyo baqaqwe.”


“Simakade, banike. Ngabe uyakubanikani na? Isisu esiphuphumileyo namabele angenalubisi.


bathi kuye: “Uyakuzwa yini lokhu abakushoyo laba na?” UJesu wathi kubo: “Yebo, anifundanga yini ukuthi: ‘Emlonyeni wezingane nowabancelayo, uzilungisele indumiso’ na?”


nosensimini makangabuyeli emuva ukuyothatha ingubo yakhe.


Khulekelani ukuthi kungabi sebusika.


Wo, kwabakhulelweyo nakwabancelisayo ngalezo zinsuku! Ngokuba kuyakuba khona ukuhlupheka okukhulu emhlabeni, nentukuthelo yehlele phezu kwalesi sizwe.


Ngokuba izinsuku ziyeza abayakuthi ngazo: ‘Zibusisiwe izinyumba nezibeletho ezingazalanga, namabele angancelisanga.’


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka