Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 24:8 - IsiZulu 2020

8 Ocabanga ukwenza okubi uyakubizwa ngokuthi owenza amacebo amabi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ocabanga ukwenza okubi uyakubizwa ngokuthi owenza amacebo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Oceba ukwenza okubi uyakuthiwa ononya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 24:8
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yabuye yathi kuShimeyi: “Wena ukwazi kahle konke okubi okusenhliziyweni yakho owakwenza kuDavide, ubaba, ngakho-ke uSimakade uyakuphindisela ububi bakho phezu kwakho.


Uma bekwakhela uzungu, beceba okubi ngawe, abayukuphumelela;


Abaduki yini abaceba okubi na? Umusa neqiniso kungokwabahlela okuhle.


Ngokuba inhliziyo yabo iceba ubudlova, nezindebe zabo zibhunga inkathazo.


Ukuceba ubuwula kuyisono, nobhinqayo uyisinengiso kubantu.


njalo uceba okubi nenkohliso enhliziyweni yakhe, futhi uphehla udweshu.


inhliziyo eceba okubi, izinyawo ezishesha ukugijimela ebubini;


Izikhali zomkhohlisi zimbi, uhlela amacebo amabi, ukuze abhubhise abampofu ngamazwi angamanga, ngisho nalapho ontulayo ekhuluma okulungileyo.


Kukhona ovela kuwe oceba okubi ngoSimakade, umluleki owonakele.


Banyembenya abanye, bazonda uNkulunkulu; bayizidlova, bayazidla, bayazigabisa, bangabaqambi bokubi, nabangabalaleli abazali;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka