Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 12:3 - IsiZulu 2020

3 Umuntu akanakuma ngenkohlakalo, kepha impande yabalungileyo ayiyukunyakaziswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Umuntu akanakuma ngobubi, kepha impande yabalungileyo ayiyikunyakaziswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Umuntu kayikuqiniswa ngobubi, kodwa impande yabalungileyo kayiyikuzanyazanyiswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 12:3
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Akayukuceba, nengcebo yakhe ayiyukuhlala, nempahla yakhe ayiyukwanda ezweni.


ongatshelekisi ngemali ukuba athole inzuzo, nongadizelwa ukuze alahle ngecala omsulwa. Owenza lezi zinto akasoze azanyazanyiswa, kuze kube phakade.


Lapho kwedlula isivunguvungu omubi usuke engasabonwa, kanti olungileyo uyisisekelo esingunaphakade.


Ukulunga komsulwa kuyayiqondisa indlela yakhe, kodwa isikhohlakali siyowiswa yinkohlakalo yaso.


Isikhohlakali silangazelela impango yababi, kepha impande yabalungileyo iyathela.


Akukho muntu onamandla phezu komoya ukuba awuvimbe, noma amandla phezu kosuku lokufa. Akekho okhululekile empini, kanjalo nobubi abunakubakhulula labo ababenzayo.


UKhristu ahlale ezinhliziyweni zenu ngokukholwa, ukuze nigxile, nisekelwe othandweni,


nigxilile, nakhiwe kuye, niqinisiwe ekukholweni, njengalokhu nifundisiwe, nivame ukubonga.


Makubusiswe ukuhlakanipha kwakho, ubusiswe nawe ongivimbele namuhla ukungena ecaleni legazi nokuziphindiselela ngesandla sami.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka