Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 89:43 - IsiZulu 2020

43 Futhi uyenze yaba buthuntu inkemba yakhe, awumsekelanga empini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Futhi ubuyisele emuva usiko lwenkemba yakhe, awumvumelanga ukuma ekulweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Futhi waphendula usiko lwenkemba yakhe, awumvumelanga ukuba ame empini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 89:43
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha uma uphuma nabo ngokuba uthi wenzela ukuba iqine impi yakho, uNkulunkulu uyakukuqumba phansi phambi kwezitha zakho, ngokuba uNkulunkulu unamandla okuqumba phansi nokusiza.”


Usihlehlisela emuva esitheni, abasizondayo bayaziphangela.


USimakade wenze abekusophile, ufeze izwi lakhe ayelishilo kwasemandulo; ubhidlizile ngokungenaluzwelo, isitha wasenza sathokoza phezu kwethu, waphakamisa uphondo lwezitha zethu.


Ningenyuki, ngokuba uSimakade akayukuba khona phakathi kwenu, niyokwehlulwa yizitha zenu.


Ama-Amaleki namaKhanani ayehlala kulelo lezintaba ehla abashaya, abaqothula, abahlakaza bagcwala izinkalo kwaze kwaba seHorma.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka