Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 68:23 - IsiZulu 2020

23 ukuze ugeze izinyawo zakho egazini, nezilimi zezinja zakho zibe nesabelo ezitheni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 ukuba unyawo lwakho ulucwilise egazini, ulimi lwezinja zakho lube nesabelo salo ezitheni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ukuze unyawo lwakho lucwiliswe egazini lezitha zakho lolimi lwezinja zakho kulo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 68:23
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyakuthi kuye: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: ubulele, wadla isivini, na?’ Bese ukhuluma kuye, uthi: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: endaweni lapho izinja zaxhapha khona igazi likaNabothi, izinja ziyakuxhapha negazi lakho, yebo, elakho.’ ”


Sebeyihlanza inqola echibini eSamariya, kwaba njengalokhu uSimakade ayeshilo ukuthi izinja ziyakuxhapha igazi lakhe, nezifebe zigeze ngalo.


Olungileyo uyojabula uma ebona impindiselo, uyogeza izinyawo zakhe egazini lababi,


Noma bangacasha esiqongweni seKharmeli, ngiyakubathungatha, ngibabambe. Noma bangazifihla ekujuleni kolwandle ngingababoni ngawami amehlo, kodwa nakhona lapho ngiyakujuba inyoka ibalume.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka