Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 55:18 - IsiZulu 2020

18 Uyakuwukhulula umphefumulo wami ngokuthula, empini engibhekene nayo, ngokuba baningi abamelene nami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Uyawuhlenga umphefumulo wami ngokuthula, bangasondeli kimi, ngokuba baningi abamelene nami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wawusindisa umphefumulo wami ngokuthula ekulweni kwami, ngokuba babebaningi ababe nami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 55:18
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesememeza u-Ahimahazi, wathi enkosini: “Bayede!” Wakhothama phambi kwenkosi, ebhekise phansi ubuso bakhe, wathi: “Makabongwe uSimakade uNkulunkulu wakho, onikele abantu abebefuna ukubulala inkosi yami.”


UDavide washo amazwi aleli hubo kuSimakade, ngosuku uSimakade amsindisa ngalo esandleni sazo zonke izitha zakhe nasesandleni sikaSawule imbala,


Wathi: “Ungesabi, ngokuba abanathi baningi kunabanabo.”


Ake ulalele udaba lwami, Simakade, ulalele ukukhala kwami, ubeke indlebe yakho emkhulekweni wami ophuma emlonyeni ongenankohliso.


Izitha zami zingenzakalisa njalo, ngokuba baningi abalwa nami ngokuqhosha.


Uzothumela esezulwini, angisindise. Uyamsola ofuna ukungifihliza. Sela UNkulunkulu uzothumela umusa wakhe neqiniso lakhe.


Walizwa izwi lami lapho ngithi: “Ungayisithezi indlebe yakho ekunxuseni kwami, ngicela usizo.”


Ucabanga ukuthi bengingecele yini kuBaba angithumelele amaviyo ezingelosi angaphezu kwali-12 na?


Nina bantwanyana ningabakaNkulunkulu, nibahlulile, ngokuba lo okini mkhulu kunalowo osezweni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka