Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 34:20 - IsiZulu 2020

20 Uvikela wonke amathambo akhe, akuyukwaphulwa nalinye kuwo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Uyawagcina onke amathambo akhe; alaphulwa nelilodwa kuwo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Uyawalonda onke amathambo akhe; akekho kubo ophukile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 34:20
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyokuhlenga ezinhluphekweni eziyisithupha, yebo, nakweziyisikhombisa awuyukuthintwa wububi.


Amathambo ami wonke athi: “Simakade, ngubani onjengawe, Wena ukhulula abantekenteke kulabo abanamandla kunabo; ohluphekayo nontulayo, kulowo omphangayo.”


Insindiso yabalungileyo ivela kuSimakade, uyinqaba yabo ngesikhathi senhlupheko.


USimakade uyobasiza, abakhulule; ubakhulula kwababi, abasindise, ngokuba bayamethemba.


Ziyokuphakamisa ngezandla zazo, unyawo lwakho aluyukuqhuzulwa yitshe.


Omubi ubanjwa ukuphambuka kwakhe kwakusho ngomlomo wakhe, kodwa olungileyo uyaphuma enkathazweni.


Ngokuba lokhu kwenzeka ukuba kugcwaliseke umbhalo othi: “Akuyukwaphulwa thambo lakhe.”


Futhi bheka, njengoba ukuphila kwakho kube kukhulu emehlweni ami namuhla, ukuphila kwami makube kukhulu emehlweni kaSimakade; makangisindise ekuhluphekeni konke.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka