AmaHubo 150:5 - IsiZulu 20205 Mdumiseni ngamasimbali ancencethayo, nimdumise ngezinsimbi ezikhencezayo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Mdumiseni ngamasimbali* ancencethayo, nimdumise ngezinsimbi ezikhencezayo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20245 Mdumiseni ngamasimbali akhalisayo, nimdumise ngamasimbali anomsindo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwakungumsebenzi walabo ababephethe amacilongo nabahlabeleli ukuba bezwakalise kanyekanye, ngazwi linye, indumiso nokubonga kuSimakade. Ngesikhathi bezwakalisa indumiso ngamacilongo, amasimbali, nangazo zonke izinto zokudumisa, babedumisa uSimakade ngokuba emuhle, umusa wakhe umi phakade; indlu yagcwaliswa yifu, indlu kaSimakade.