Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 22:39 - IsiZulu 2020

39 Ngaziqeda, ngaziphahlaza, zaze zehluleka ukuvuka; zawa phansi kwezinyawo zami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Ngaziqeda, ngaziphahlaza, zaze zahluleka ukuvuka; zawa phansi kwezinyawo zami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Ngaziqeda, ngazilimaza, ukuze zingavuki; yebo, zawa phansi kwezinyawo zami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 22:39
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wangibhincisa amandla okulwa; ababengivukele wabathobisa phansi kwami.


Inkosi yayalela ukuba baqophe amatshe amakhulu, amatshe anenani elikhulu, ukuba babeke isisekelo sendlu ngamatshe abaziweyo.


USimakade wathi eNkosini yami: “Hlala ngakwesokunene sami, ngize ngenze izitha zakho zibe yisenabelo sezinyawo zakho.”


Ngazixosha izitha zami, ngazifica, angibuyanga ngaze ngaziqede nya.


“Phela bhekani nje, luyeza usuku, luvutha njengeziko. Bonke abazigqajayo nabo bonke abenza okubi bayakuba ngamabibi. Lolo lusuku oluzayo luyakubashisa, aluyukubashiyela mpande nagatsha,” kusho uSimakade Wamabandla.


Niyakugxoba abangalungile, ngokuba bayakuba wuthuli phansi kwezinyawo zenu ngosuku engiyakukwenza ngalo,” kusho uSimakade Wamabandla.


Lapho bewaletha lawo makhosi kuJoshuwa, uJoshuwa wabiza wonke amadoda akwa-Israyeli wathi ezinduneni zamabutho ezazihambe naye: “Sondelani, nibeke izinyawo zenu ezintanyeni zalawa makhosi.” Zasondela-ke, zabeka izinyawo zazo ezintanyeni zawo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka