2 Samuweli 15:20 - IsiZulu 202020 Usanda kufika nje, manje usufuna ngikuzulazulise nathi na? Mina ngisaya lapho ngiya khona. Phindela emuva wena, ubuyele nabafowenu; umusa neqiniso kube nawe.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Ufikile izolo nje; ngikuzulazulise nathi yini namuhla, ngisahamba lapho ngiya khona, na? Buya wena, ubuyise nabafowenu; umusa neqiniso makube nawe.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202420 Njengoba ufikile izolo, kufanele ngikuvumele wehle njalo kanye nathi namuhla? njengoba ngiya lapho engiya khona, buyani nithathe abafowenu; umusa neqiniso makube nawe! Uka jalj uñjjattʼäta |