Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 30:24 - IsiZulu 2020

24 Ngubani oyakunilalela kule ndaba na? Ngokuba njengesabelo salowo owehlele empini siyakuba njalo nesabelo salowo owasala nempahla; bayakwabelwa ngokulinganayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ngubani oyakunilalela kule ndaba na? Ngokuba njengesabelo sowehlele empini siyakuba njalo isabelo salowo owasala nempahla; bayakwabelwa ngokulingeneyo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngoba ngubani ozalilalela kulendaba? kepha njengesabelo salowo owehlela impi, siyakuba njalo isabelo salowo ohlala empangweni;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 30:24
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amakhosi ahola izimpi acela empunzini, athi galo yephuka. Abesifazane abasekhaya babelana impango,


Yehlukanise kabili impango, phakathi kwamabutho abeye empini nenhlangano yonke.


wathi kubo: “Buyelani emathendeni enu nengcebo eningi, nemfuyo eningi, nesiliva, igolide, ithusi, insimbi, nezimpahla eziningi, nabelane nabafowenu impango eniyithathe ezitheni zenu.”


Kwaqoqana bonke abahluphekayo, abanezikweletu, nabo bonke abadabukile enhliziyweni, yena waba yinduna ebaphethe. Babebalelwa cishe ema-400.


UDavide wathi kubantu bakhe: “Bhincani, kube yilowo nalowo inkemba yakhe.” Zabhinca-ke, kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe; naye uDavide wabhinca inkemba yakhe. Kwakhuphuka abantu kungathi abangama-400 belandela uDavide, kwathi abangama-200 basala nempahla.


Wayesethi uDavide: “Aniyukwenza kanjalo, bafowethu, ngalokho esikuphiwe nguSimakade osilondolozile, walinikela esandleni sethu iviyo elasihlasela.


Kwenzeka kanjalo kusukela ngalolo lusuku kuqhubeka, wakwenza lokho kwaba yisimiso nomthetho kwa-Israyeli kuze kube namuhla.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka