ULevitikusi 8:26 - Contemporary Zulu Bible 202426 Eqomeni lesinkwa esingenamvubelo esasiphambi kukaJehova, wathatha iqebelengwane elilodwa elingenamvubelo neqebelengwane elilodwa lamafutha neqebelengwane elilodwa wakubeka emanoni nasehlombe lokunene. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE26 naseqomeni lezinkwa ezingenamvubelo elalisebusweni bukaJehova wathatha iqebelengwane laba linye elingenamvubelo, neqebelengwane laba linye lesinkwa samafutha, nomqathane munye, wakubeka phezu kwamanoni naphezu komlenze wokunene, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202026 wathatha iqebelengwane laba linye eqomeni lezinkwa ezingenamvubelo elaliphambi kukaSimakade, neqebelengwane lesinkwa samafutha laba linye, nekhekheba lalinye, wakubeka phezu kwamanoni, naphezu komlenze wesokunene, Uka jalj uñjjattʼäta |