Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 7:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Lingawadli amanoni enkomo kumbe imvu kumbe ezimbuzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Aniyikudla manoni enkomo, nawemvu, nawembuzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 “Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi: ‘Aniyukuwadla amanoni enkomo, awenqama, nawembuzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 7:23
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wenze njalo ngezinkomo zakho nasemhlambini wakho wezimvu nezimbuzi: kumelwe libe kunina izinsuku eziyisikhombisa; ngosuku lwesishiyagalombili kumelwe unginike lona.


Umpristi afafaze ngegazi e-altare likaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana, ashise amanoni abe yiphunga elimnandi kuJehova.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Ngokuba inhliziyo yalaba bantu seyaba lukhuni, bezwa ngezindlebe zabo, bacimezile namehlo abo; funa babone ngamehlo, bezwe ngezindlebe, baqonde ngenhliziyo, baphenduke, ngibaphilise.


Masihambe ngokufaneleyo njengasemini; kungabi ngokuzitika ngokuminza nokudakwa, kungabi ngamanyala namanyala, kungabi ngokuxabana nomhawu.


Ngokuba uma niphila ngokwenyama, nizakufa; kepha uma nibulala imisebenzi yomzimba ngoMoya, nizakuphila.


Ababedla amanoni emihlatshelo yabo, bephuza iwayini leminikelo yabo yokuphuzwa na? mawasukume akusize abe isivikelo sakho.


Kungakho ukhahlela isisulu sami nomhlatshelo wami enginawo endaweni yami yokuhlala; nidumise amadodana enu ngaphezu kwami, ukuze nizikhukhumeze ngenhlokweni yemihlatshelo yonke yabantu bami u-Israyeli na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka