Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 27:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uma kusukela koneminyaka engamashumi ayisithupha kuya phezulu; uma kungowesilisa, ukulinganisa kwakho kuyakuba ngamashekeli ayishumi nanhlanu, nokowesifazane kube ngamashekeli ayishumi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Uma kusukela koneminyaka engamashuni ayisithupha kuya phezulu, nalapho kungowesilisa, ukulinganisa kwakho kuyakuba ngamashekeli* ayishumi nanhlanu, nowesifazane kube ngamashekeli ayishumi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Uma kungowesilisa oneminyaka engama-60 kuya phezulu kuyakuba ngamashekeli ali-15, uma kungowesifazane kube ngamashekeli alishumi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 27:7
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izinsuku zeminyaka yethu ziyiminyaka eyishumi namashumi ayisithupha; futhi uma iyiminyaka engamashumi ayisishiyagalombili ngenxa yamandla, nokho amandla ayo awumshikashika nosizi; ngoba masinyane liyanqunywa, futhi siyandiza, simuke.


Uma kusukela konenyanga kuye koneminyaka eyisihlanu, ukulinganisa kwakho owesilisa kuyakuba ngamashekeli ayisihlanu esiliva, ukulinganisa kwakho owesifazane kuyakuba ngamashekeli amathathu esiliva.


Kodwa uma empofu kunalokho okulinganisiwe, kumelwe ame phambi kompristi, futhi umpristi kumelwe amlinganise; njengamandla akhe umpristi uyakumlinganisa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka