Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 26:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Khona-ke izwe liyojabulela amasabatha alo ngesikhathi liseyincithakalo, nina nisezweni lezitha zenu; nalapho izwe liyophumula, lijabulele amasabatha alo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Khona izwe liyakuthokoza ngamasabatha alo ngesikhathi lihlezi lichithekile, nina nisekhona ezweni lezitha zenu; khona izwe liyakuphumula, lithokoze ngamasabatha alo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

34 Ngaleso sikhathi izwe liyakuthokoza ngamasabatha alo ngesikhathi lisele liyincithakalo, nina niyobe nisezweni lezitha zenu ngaleso sikhathi; izwe liyakuphumula, lithokoze ngamasabatha alo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 26:34
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma bona kuwe (ngokuba akukho muntu ongoni) bese ubathukuthelela, ubanikele esandleni sesitha, ukuze babathumbe babayise ezweni lesitha, elikude noma eliseduze;


Ukuba kugcwaliseke izwi likaJehova ngomlomo kaJeremiya, izwe laneliswe ngamasabatha alo;


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Aningilalelanga ngokumemezela inkululeko, kube yilowo nalowo kumfowabo, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; bhekani, ngiyakunibikela inkululeko, usho uJehova, enkembeni, nesifo, nasendlaleni; ngiyakukuphakamisa emibusweni yonke yomhlaba.


Niyakungcwelisa umnyaka wamashumi ayisihlanu, nimemezele ukukhululwa ezweni kubo bonke abakhileyo kulo; kuyakuba ngumnyaka wejubili kini; nibuyele, kube yilowo nalowo efeni lakhe, kube yilowo nalowo emndenini wakhe.


Uma nje isendle, iyophumula; ngoba aliphumlanga ngamasabatha enu lapho nisahlezi kulo.


Futhi izwe labo liyohlala futhi lijabulele amasabatha alo lapho liyincithakalo ngaphandle kwabo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka