ULevitikusi 13:25 - Contemporary Zulu Bible 202425 Khona-ke umpristi kumelwe alibheke, futhi uma uboya ebaleni elikhanyayo liphendukile laba mhlophe futhi libonakala lishonile kunesikhumba; kuluchoko oluphuma emlilweni; ngakho-ke umpristi kumelwe athi ungcolile; kuyisifo sochoko. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 umpristi makalibheke; uma uboya obusebaleni elikhanyayo buphendukile baba mhlophe, libonakala lishonile kunesikhumba, bheka, kuluchoko; luqhamukile esibazini; khona umpristi uyakusho athi ungcolile; kuyisifo sochoko. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202025 umphristi uyakulihlola, uma uboya obusebaleni elikhanyayo sebuphendukile baba mhlophe, selibonakala ukuthi lishonile kunesikhumba, isifo esithathelanwayo; sivele esibazini; umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile; yisifo esithathelanwayo. Uka jalj uñjjattʼäta |