Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 10:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Aniyikuphuma emnyango wetende lokuhlangana, funa nife; ngoba amafutha okugcoba eNkosi aphezu kwenu. Benza-ke njengezwi likaMose.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ningaphumi emnyango wetende lokuhlangana, funa nife, ngokuba amafutha okugcoba kaJehova aphezu kwenu.” Benza-ke njengezwi likaMose.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Ningaphumi emnyango wethende lokuhlangana, funa nife, ngokuba amafutha okugcoba kaSimakade aphezu kwenu.” Benza-ke njengezwi likaMose.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 10:7
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyakugqokisa u-Aroni umfowenu namadodana akhe kanye naye; ngibagcobe, ngibangcwelise, ngibangcwelise, ukuze bangikhonze njengabapristi.


Kumelwe uthathe amafutha okugcoba uwathele ekhanda lakhe umgcobe.


Kumelwe ugcobe u-Aroni namadodana akhe, ubangcwelise, ukuze bangikhonze njengabapristi.


UJehova wakhuluma ku-Aroni, wathi:


angaphumi endlini engcwele, angangcolisi indlu engcwele kaNkulunkulu wakhe; ngokuba umqhele wamafutha okugcoba kaNkulunkulu wakhe uphezu kwakhe; nginguJehova.


Wathela amafutha okugcoba ekhanda lika-Aroni, wamgcoba ukuba amngcwelise.


UMose wathatha amafutha okugcoba negazi elalise-altare, wafafaza ngalo u-Aroni nasezingutsheni zakhe, naphezu kwamadodana akhe, nasezingutsheni zamadodana akhe kanye naye; wangcwelisa u-Aroni nezingubo zakhe namadodana akhe nezambatho zamadodana akhe kanye naye.


UJesu wathi kuye: “Yeka abafileyo bembele abafileyo babo;


Ukuthi uNkulunkulu wamgcoba kanjani uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamandla, owahamba enza okuhle, ephulukisa bonke ababecindezelwe nguSathane; ngoba uNkulunkulu wayelaye.


Osiqinisayo kanye nani kuKristu, nosigcobileyo, nguNkulunkulu;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka