UJoshuwa 22:30 - Contemporary Zulu Bible 202430 Kwathi uFinehasi umpristi nezinduna zenhlangano nezinhloko zezinkulungwane zakwa-Israyeli ezazinaye bezwa amazwi abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nabantwana bakwaManase ababewakhulumile, kwaba kuhle emehlweni abo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Kuthe uFinehasi umpristi, nezikhulu zenhlangano, izinhloko zemindeni yakwa-Israyeli ezazinaye sezizwile amazwi akhulunywa ngabantwana bakwaRubeni, nangabantwana bakwaGadi, nangabantwana bakwaManase, kwaba kuhle emehlweni abo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202030 Lapho uFinehasi umphristi, izikhulu zenhlangano, nezinhloko zemindeni yakwa-Israyeli ababenaye bezwa lawo mazwi akhulunywa ngabozalo lukaRubeni, olukaGadi, nolukaManase, beneliseka. Uka jalj uñjjattʼäta |