Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 46:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wawisa abaningi, omunye wawela omunye, bathi: “Sukani, sibuyele kubantu bakithi nasezweni lokuzalwa kwethu, siphuma enkembeni echobozayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wakhubekisa abaningi, yebo, bawa omunye phezu komunye, bathi: ‘Sukani, sibuyele kubantu bakithi nasezweni lokuzalwa kwethu, sisuke enkembeni ecindezelayo.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 Uyakukhubekisa izindimbane, yebo, bayakuwa omunye ewela phezu komunye, bathi: ‘Vukani, masibuyele kwabakithi, ezweni esidabuka kulo; sibaleke enkembeni yomcindezeli.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 46:16
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abaqashwa bayo basemathunjini ayo njengezinkunzi ezikhuluphalisiweyo; ngoba nabo baphenduka babaleka kanyekanye; abazange beme, ngoba usuku lokubhujiswa kwabo lwalubafikele kanye nesikhathi sokuhanjelwa kwabo.


Mabangabaleke abanejubane, namaqhawe angaphunyuki; bayakukhubeka, bawele ngasenyakatho ngasemfuleni i-Ewufrathe.


Mbhubhise umhlwanyeli eBabiloni nalowo osebenzisa isikela ngesikhathi sokuvuna; ngenxa yokwesaba inkemba ecindezelayo bayophendukela, kube yilowo nalowo kubantu bakubo, babalekele, kube yilowo nalowo ezweni lakubo.


Besiyakuphulukisa iBabele, kepha aliphulukisanga; mshiyeni, sihambe, yilowo nalowo aye ezweni lakubo, ngokuba ukwahlulelwa kwalo kufinyelele ezulwini, kukhuphukele ezulwini.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka