UJeremiya 40:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Ngokufanayo lapho wonke amaJuda ayekwaMowabi naphakathi kwabantwana bakwa-Amoni nakwa-Edomi nabasemazweni wonke ezwa ukuthi inkosi yaseBhabhiloni yayishiye ngemva insali yakwaJuda nokuthi ibeke indodana uGedaliya phezu kwayo. Ka-Ahikamu indodana kaShafani; Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Futhi lapho bonke abaJuda ababekwaMowabi, naphakathi kwabantwana bakwa-Amoni, nakwa-Edomi, nababesemazweni onke sebezwile ukuthi inkosi yaseBabele ishiyile insali kwaJuda nokuthi ibeke phezu kwabo uGedaliya indodana ka-Ahikamu kaShafani ukuba abe ngumbusi phezu kwabo, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Kwathi ukuba bonke abaJuda ababekwaMowabi, kwa-Amoni, kwa-Edomi, nakuwo wonke amanye amazwe, sebezwile ukuthi inkosi yaseBhabhele iyishiyile insali kwaJuda, nokuthi ibeke uGedaliya, indodana ka-Ahikamu kaShafani, ukuba abe ngumbusi wabo, Uka jalj uñjjattʼäta |