UJeremiya 22:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Kodwa uyofela endaweni abamthumbe kuyo njengesiboshwa, futhi ngeke aphinde alibone leli zwe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 kepha uyakufela kuleyo ndawo lapho bemthumbele khona; naleli zwe kasayikulibona.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202012 kodwa uyofela kuleyo ndawo abamthumbele kuyo; akasayukubuye futhi alibone leli lizwe.” Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Njengalokho intukuthelo yami nokufutheka kwami kuthululiwe phezu kwabakhileyo eJerusalema; kanjalo ulaka lwami luyakuthululwa phezu kwenu, lapho ningena eGibithe; niyakuba yisihlamba, nesimangaliso, nesiqalekiso, nesihlamba; futhi ngeke usayibona le ndawo.