UJeremiya 19:15 - Contemporary Zulu Bible 202415 Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Bheka, ngiyakwehlisela phezu kwalo muzi naphezu kwayo yonke imizi yawo konke okubi engikushilo ngawo, ngokuba benze lukhuni izintamo zabo ukuba bangalaleli amazwi ami. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 “Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Bhekani, ngiyakwehlisela phezu kwalo muzi nemizana yawo konke okubi engikushilo ngawo, ngokuba benze lukhuni intamo yabo, ukuze bangezwa amazwi ami.’ ” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202015 “Usho kanje uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Ngiyakwehlisela phezu kwalo muzi nemizana yawo, yonke inhlekelele engikhulume ngayo, ngokuba benze lukhuni intamo yabo, bangawalalela amazwi ami.’ ” Uka jalj uñjjattʼäta |